Johnny Clegg - Vezandlebe lyric

Ringtones Ringtone: Send Vezandlebe Ringtone to your Cell Phone!


Umfowethu uyahlupha, angazi impela ukuthi uqonda ukwenzani
Umfowethu uyahlupha, ukhuluma izinto engingazazi
Umfowethu uyahlupha, wenza sangathi uyangingcokolela
Umfowethu uyahlupha, maka yeke ukungikhulumela kabi

Nakho-ke usetshela abangane bakhe
Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa-next door

Chorus:
Elakwabani?
Elakwabani ivezandlebe
Selicwayisa amehlo livezandlebe

Umfowethu uyahlupha, sakhula naye saqudelana
Umfowethu uyahlupha, ngamehlula njalo noma ngani
Umfowethu uyahlupha. umdala kodwa ungathi usemncane
Umfowethu uyahlupha. ngisuphotha ikhaya kodwa yena akanandaba

Nakho-ke usetshela abangane bakhe
Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa-next door

Chorus

Khuzani khuzani
Khuzani, webaba noma

Chorus

Ringtones Ringtone: Send Vezandlebe Ringtone to your Cell Phone!


Find free Johnny Clegg MP3s | Johnny Clegg Covers | Printer friendly version